Umbono wami ngokuthandana kobulili obubodwa ukuthi nabo banelungelo lokuthandana bebodwa uma nje ilungelo labo lingaphazamisi omunye umuntu ukuthandana kwabo akunankinga. Ukuthandana kobulili obufanayo kusuke kuchazwa lapho indoda ithandana nenye indoda noma umuntu wesifazane ethandana nomuntu umuntu wesifazane. Umthetho wezwe lethu wabavumela ukuthi mabashade akukho inkinga ngaleyondlela akukho esingabasola ngakho. Uma uzizwa uthanda umuntu unelungelo lokumtshela ukuthi uyamthanda naye akuthande ngaleyondlela basebenzisa amalungelo abo nabo.
Same gender dating what is your opponion, this is a south african grade 12 matric essay. Same gender dating is not a problem, people have a right to choose their partners, as long as they dont disturb other people, there is nothing wrong with same gender dating.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |